Kuphangalale oyedwa kwalimala abanye abaningi kuN2 ngasoThukela.
Kuboshwe abathathu ngokukhwabanisa imali yezibonelelo ngamakhadi ezipoki kwaSassa.
Zilokhu zingenile izexwayiso zemvula enamandla ezodala umonakalo yize kunemibiko yezikhukhula ezihlasele ePinetown, Mayville nakwezinye izindawo eThekwini.
Abasolwa bebefunelwa amacala okuqhunyiswa kwama-ATM namanye amacala abucayi eGauteng nakwezinye izifundazwe ezingomakhelwane.
Amaphoyisa akhiphe umehlokaboni ngethemba lokubamba abasolwa ababili ababulala abantu abayisithupha eMlaza.
Kuse ngokunye kubakhiqizi bejiki engumbombayi kugasela amaphoyisa kungazelele muntu.
Kubhekwe ukuthi bathole isibonelelo sikahulumeni kuze kushaye uMashi wangonyaka ozayo abangasebenzi.
Bangu-77 abasezibhedlela ezahlukene abalimele ngezindlela ezahlukene kulandela ungozi yebhasi kuR21 eKhuruleni ngoLwesibili ekuseni.
Basindile abafundi abebehamba ngebhasi elilimale lishayisana neloli eWadeville ngoLwesithathu ekuseni.
Umphathiswa wezokuThutha KwaZulu-Natal uMnuz Siboniso Duma uthi kuzophenywa ngembangela yengozi eyenzeke kuN2 ngaseMandeni ngeSonto ntambama.
Izikhathi sezashintsha abantu besilisa abafuni ukusala ngaphandle ezintweni ezenza umuntu abe muhle.
Sivakashele eVictoria Falls, eZimbabwe nentandokazi yomsakazi uCarol Ofori.
Ugwetshwe kanzima ubaba obedlwengula amawele akhe, elinye lawo likhubazekile.
Udutshulwe wafa umfana oneminyaka engu-18 obesolwa ngokuthwebula iqulu labantu abebezingela izinswelaboya eMaoti.
Owesilisa usolwa ngokuzama ukuzibulala nonkosikazi wakhe ngenxa yengxabano equbuke emotweni unkosikazi ebona izimpahla zentombi.
Kuhlehlisiwe ukugwetshwa kamaShayisa ayisikhombisa abhekene noxhaxha lwamacala okuphula imithetho yokuqasha neyabasebenzi, nokushushumbisa abantu bokufika.
Kubanjwe ufishi omkhulu emkhankasweni wokulwa nobugebengu obucekela phansi ukusebenza kuka-Eskom
Wonke amacala awele kumsolwa okunguyena yedwa owaboshwa kubhuntsha uhlelo lokugebenga imoto yemali eLaudium, eTshwane ngenyanga edlule.
Unkosikazi womlimi udayiswe umdidiyeli wezinkabi ohlelweni lokubulala umyeni wakhe ongumlimi odumile.
Ugwetshwe kanzima owesifazane odabuka eSwazini ngamacala okuthumba nokubulala.
Sikhulu isililo emphakathi ngokwanda kwezingozi zomgwaqo kulandela ingozi yeloli nebhasi.
Kuhlwe emini kubashayeli kuR74 uma uphuma KwaDukuza oshayasibhamu bevulela ngenhlamvu bevimba ngenkani imoto yemali
Kuhlwe emini kukaputeni ngaphansi kophiko lwe-Crime Intelligence obhekene necala lokweba uR1million emahhovisi omqashi.